top of page

COMBO:

1. ISIWASHO SENHLANHLA EMHLOPHE

2. BODY BATH

3. BODY BUTTER

4. BODY SALT

5. 2 SOAPS

6. LUCKY OIL FOR HANDS

7. UCHATHO


HOW DOES THE COMBO WORK?


INHLANHLA EMHLOPHE ka NYANDEZULU, Iziwasho ezithakiwe Ezihambisana Nezinduku Ezimhlophe (IZINKAMBI EZIMHLOPHE) Siyiphakamisa uKuzihlambulula, Ukubuyisa Inhlanhla yethu eyalahlekayo.

Inhlanhla Emhlophe ilwisana nayo Yonke imimoya emibi. Ihlambulula I aura yakho. Konke owazalwa ukwembethe kuyabuya kuwe.

Siqaqa wonke amaketangu! izibobo! Izifungo kanye nemikhokha yozalo!


Silwa emimoya! Ithakwe Ngezinduku Ezinhle Zokukhanya. Inhlanhla emhlophe, ubuya oMhlophe, umzaneno, ukubala izinkambi Ezimubalwa.


INHLANHLA EMHLOPHE Ithakwe ngendlela ezokulekelela ukuthi izinto zakho zonke zikhanye kuhlobe kube kuhle, silwa ne Mpumelelo! Silwa no Bumba. Sikhuluma ukuphila Phezu Kwezimpilo Zethu.


Esathenjiswa kona ekuzalweni lathi kuyofika noma sebefungile.

Akukhanye


HOW TO USE THE COMBO


1. Sebenzisa Izinsuku Eziyisikhombisa Zilandelana.


2. Thela I BODY BATH emanzini a clean.


3. Thela ISIWASHO Nhlanhla emhlophe


4. Thela I BATH SALT emanzini akho: Isho konke okuhle ofisa Kwenzeke phezu kwempilo yakho! Cela Ukukhanya, nokukhanyiseleka! cela ukuthi yonke into oyithinta ngezandla Zakho Ayiqhakaze iphindeke ka Shumi.


UMA UNE SIPHIWO SABADALA: Cela izidalwa zakho zihlambuluke nawe, Azihlobe Zibe Zinhle, azibe ukukhanya Phezu kwempilo yakho naphezu kwengulo uqobo.


4. Ngena Emanzini akho, uGezi ngensipho INHLANHLA EMHLOPHE.


UMA UNGANALO IBHAVU UGEZA KWI SHOWER:

Uzogeza your normal bath uma uqeda, thatha u 20 Litre uwufake amanzi amasha a clean, bese ufaka izithako zakho zonke Zeziwasho. khuluma naso siwasho sakho! Cela! or pray over your water ngezikhathi uzithela ngamanzi asebhakedeni.


5. Uma uqeda Gcoba nge Body Butter ukuze isikhumba sakho singeke some


WHITE SMALL PACK: Siyaphalaza/ Gapha, ulifaka lonke emanzini uphalaze kanye.


HAND LUCY OIL: HAND LUCK OIL:

1.      It anoints your hands 

2.      Attracts luck, success, money, and opportunities 

3.      Enhances personal charisma and positivity 

4.      Confidence

5.      Spiritual authority

6.      Command presence

7.      Personal magnetism

8.      Decisiveness


How To Use:

Rub oil on your hands / Apply a small amount to your wrists and rub them together Siyayikhulumisa ukuthi konke okuthintwa Izandla Zakho Akuqhakaze.


UCHATHO: Buy a fresh milk (1 litre) warm it up and pour the whole bottle. bese uya chatha /peyita, Sidonsa konke ukugcola ngaphakazi. Siyakuhlambulula! Siyakhuculula!


BODY BATH

1.      Removing negative energy

2.       Spiritual cleansing & renewal

3.       Opening blocked paths

4.      Restoring balance & peace


BODY BUTTER:

1.      Body butter is a thick, creamy moisturizer that is typically made with shea butter, cocoa butter, or mango butter.

2.      Unozimanga, Sibuyisa konke okungokwakho. Attract Luck.

3.      Vula inhlanhla yakho owazalwa nayo.

4.      Attract positive energies Only

5.      Attract clients / work (if you're in business)

6.      Stand out in a crowd

7.      Attract Love and Lasting Relationships

8.      How to use: Apply Morning and night.

9.      Our body butter is infused with isiwasho senhlanhla and attraction oils, to give you an amazing glow while making you lovable, Irresistible and attractive


STORAGE & SHELF LIFE: 

Stored properly in an airtight container, this body butter can last up to 6 months. Keep it in a cool, dry place away from direct sunlight. If you live in a warm climate, storing it in the refrigerator can help maintain its consistency.

NHLANHLA EMHLOPHE COMBO 1

SKU: Pack_W_08
R450,00Price
Quantity

    You Might Also Like

    bottom of page